UBHACILE umfundi wasesikoleni samabanga aphezulu eNkwelaba, eBulwer, othi akazange abuthole ubulungiswa ngemuva kokuba ...
Kutholakale ezinye izidumbu ezingu-44 echibini iLake Kariba ngemuva kokuba zitholakale zibhajwe ngaphansi kwesikebhe esigingqike ngoLwesibili. AbeHerold Online, bathi ithimba le-Joint Operations ...
UYASHUBA umbango wokujoyina uhlelo iTop Billing yakwi-S3 njengoba sekukhethwe abangu-40 abaphambili abathumela imingenelo yomncintiswano. I-Top Billing, ezakhele udumo ngokuveza ubukhazikhazi bemizi, ...
Kwavela ukuthi umphakathi usuphila ngokuthi uphakelwe amanzi ngamaloli, kanti ngesikhathi kwenzeka isigameko, kwase kuphele isikhathi eside umphakathi ugcinile ukulethelwa amanzi. Kuthiwa ulaka ...
UMPHATHISWA wezokuBusa ngokuBambisana neziNdaba zoMdabu KwaZulu-Natali (COGTA), uThulasizwe Buthelezi, ukhiphe iseluleko esiphuthumayo kubashayeli bezimoto kanye nezakhamuzi mayelana nezimo ...
IQHAKAMBISE ubumqoka bokutholakala kwamathuba omsebenzi ezindaweni zasemakhaya kusetshenziswa intuthuko, iMeya yasoPhongolo, uMnuz Bheki Thwala, yathi lokhu kuwumongo wenqubekela phambili. UThwala ...
KUZOHLONISHWA inkakha emculweni kamaskandi, uMtshengiseni Gcwensa owayedume ngeleNdidane, emcimbini walo nyaka Impucuzeko Maskandi Festival. Umcimbi uzokuba ngo-Agasti 29, ePeople's Park, eThekwini.
Abasolwa abathathu ababefunelwa amacala ahlukahlukene anobudlova KwaZulu-Natal badutshulwa babulawa ngesikhathi sokushintshisana ngezinhlamvu namaphoyisa eKranskop ngokusa kwangoMgqibelo. Amaphoyisa ...
UMLINGISI uSipho Ndlovu uthi kwamlimaza ukuthukwa ngokuba umhlukumezi wabesifazane abanye bedicilela isithunzi sakhe phansi bethi mubi. Uthe lokhu kwenzeka owesifazane ayethandana naye emqambela ...
“IZIMO ezinzima nezibuhlungu ezibhekana nezihlukumeza abantu besifazane zenza ukuthi abanye babo baphelelwe yithemba ngempilo engcono, kangangokuthi abanye bagcina bencika kwabanye abantu ukuziphilisa ...
USIHLALO weCape Town City, uJohn Comitis, udalule ukuthi isinqumo sokudayisa, u-Emile Witbooi, silele ekutheni iqembu elimfunayo ngeke limduvise ebhentshini ngoba inhloso ngaye ukuthi afike ezingeni ...
UMQHUDELWANO wanonyaka we-MTN8 uyaqala kule mpelasonto njengoba kunemidlalo emibili yama-quarterfinal namuhla, neminye emibili kusasa. Ngaphambi kokuba amaqembu adudulane enkundleni, ake sibheke ...